Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 22:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayesebiza uSolomoni indodana yakhe, wamyala ukuba akhele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayesebiza uSolomoni indodana yakhe, wamyala ukumakhela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Wayesebiza uSolomoni, indodana yakhe, wamyala ukuba akhele uSimakade indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 22:6
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UFaro wayala amadoda ngaye, ammukisa nomkakhe nakho konke anakho.


Kwathi inkosi ihlezi endlini yayo, uJehova wayinika ukuphumula ezitheni zayo zonke;


Zase zisondela izinsuku zikaDavide zokufa kwakhe; wayala uSolomoni indodana yakhe, wathi:


Kwathi uDavida ehlezi endlini yakhe, uDavida wathi kuNathani umprofethi: Khangela, mina ngihlala endlini yesihlahla somsedari, kodwa umphongolo wesivumelwano sikaJehova uhlezi ngaphansi kwamakhetheni.


Inkosi uDavida yasisukuma yathi: Ngizweni, bafowethu labantu bami! isenabelo sezinyawo zikaNkulunkulu wethu, salungiselelwa ukwakha.


Wabeka izandla zakhe phezu kwakhe, wamyala, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose.


kwaze kwafika usuku akhushulwa ngalo, esebalayile ngoMoya oNgcwele abaphostoli ayebakhethile;


UJehova wathi kuMose: “Bheka, izinsuku zakho zisondele ukuba ufe; wamemeza uJoshuwa, nimisa etendeni lokuhlangana ukuba ngimyale. OMose noJoshuwa bahamba, babangenisa etendeni lokuhlangana.


Wayala uJoshuwa, indodana kaNuni, wathi: “Qina, uqine, ngokuba uyakubangenisa abantwana bakwa-Israyeli ezweni engabathembisa lona ngesifungo, mina ngiyakuba nawe.”


Ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu, neNkosi uJesu Kristu, nezingelosi ezikhethiweyo, ukuba uzigcine lezo zinto ngaphandle kokukhetha kuqala, ungenzi lutho ngokukhetha abantu.


Ngakho ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu neNkosi uJesu Kristu ozakwahlulela abaphilayo nabafileyo ngokubonakala kwakhe nombuso wakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ