Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UDavida waselaya ukuthi abafokazi ababesezweni lakoIsrayeli babuthwe; waqasha abakhi ukubaza amatshe abaziweyo ukwakha indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UDavide wayala ukuba babuthe bonke abafokazi ababe sezweni lakwa-Israyeli, wabeka abakhi ukubaza amatshe axhoziweyo ukuba bakhe indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UDavide wayala ukuba kuqoqwe bonke abafokazi ababekwa-Israyeli, wabeka ababazi bamatshe ukuba babaze amatshe axhoziweyo, ukuze kwakhiwe indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 22:2
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari, nababazi, nabakhi, bamakhela uDavide indlu.


Indlu, lapho yakhiwa, yakhiwa ngamatshe alungisiwe ingakafikiswa khona, ukuze kungezwakali isando, nembazo, nanto yonke yensimbi endlini, isakhiwa.


nakubakhi nabaqophi bamatshe, nokuthenga izinkuni namatshe abaziweyo ukulungisa izimfa zendlu kaJehova nakho konke okwabe kulungiselelwe ukuba kulungiswe indlu.


kubabazi, nakubakhi, nakubakhi, nokuthenga imithi namatshe abaziweyo ukulungisa indlu.


UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari, nabakhi nababazi, ukumakhela indlu.


Inkosi uDavide yathi kulo lonke ibandla: “USolomoni indodana yami, yena yedwa uNkulunkulu amkhethileyo, usemusha, uthambile, nomsebenzi mkhulu, ngokuba isigodlo asisona esabantu, kodwa ngekaJehova uNkulunkulu.


Thina siyakugawula izinkuni eLebanoni njengokudinga kwenu; futhi kumelwe ukukhuphulele eJerusalema.


USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni lakwa-Israyeli, njengenani uDavide uyise ayebabalile ngalo; kwatholakala izinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu namakhulu ayisithupha.


Banika abakhi nababazi imali; nokudla nokuphuza namafutha kwabaseSidoni nabaseTire ukuba balethe imisedari eLebanoni, bayiyise olwandle lwaseJopha, njengesipho esivela kuKoresi inkosi yasePheresiya.


Ngalesosikhathi naningenaye uKristu, ningaphandle kombuso ka-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, ningenaNkulunkulu ezweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ