Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 21:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJehova wakhuluma kuGadi, umboni kaDavide, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJehova wayesekhuluma kuGadi, umboni kaDavide, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 USimakade wayesekhuluma kuGadi, umboni kaDavide, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 21:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide esevuka ekuseni, izwi likaJehova lafika kuGadi umprofethi, umboni kaDavide, lathi:


Hamba utshele uDavida uthi: Itsho njalo iNkosi: Ngikubekela izinto ezintathu: zikhethele eyodwa kuzo, ukuze ngiyenze kuwe.


Bonke babengamadodana kaHemani umboni wenkosi ngamazwi kaNkulunkulu wokuphakamisa uphondo. UNkulunkulu wamnika uHemani amadodana ayishumi nane namadodakazi amathathu.


Ukulandisa kwenkosi uDavide, ezokuqala nezokugcina, bheka, kulotshiwe encwadini kaSamuweli umboni, nasencwadini kaNathani umprofethi, nasencwadini kaGadi umboni,


Wawamisa amaLevi endlini kaJehova ephethe amasimbali, namahabhu nezihabhu, njengesiyalezo sikaDavide noGadi umboni wenkosi noNathani umprofethi; ngokuba kwakunjalo ngomyalo kaJehova ngomyalo wakhe abaprofethi.


Wayesethi umprofethi uGadi kuDavide: “Ungahlali enqabeni yasezintabeni; suka uye ezweni lakwaJuda. UDavide wayesehamba, wafika ehlathini laseHereti.


(Esikhathini sokuqala kwa-Israyeli, lapho umuntu eyobuza kuNkulunkulu, wayethi: “Woza, siye umboni; ngokuba lowo othiwa umprofethi manje wayethiwa uMboni kuqala.)


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ