Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 21:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 U-Orinani wayesethi kuDavide: “Zithathele, inkosi yami, inkosi, yenze okuhle emehlweni ayo; bhekani, ngininika izinkomo zomnikelo wokushiswa, nezibhulo zibe yizinkuni, nokolweni womnikelo wempuphu; Nginikela ngakho konke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 U-Orinani wathi kuDavide: “Zithathele yona; inkosi yami, inkosi, mayenze okuhle emehlweni ayo; bheka, ngiyakupha izinkabi zibe ngezeminikelo yokushiswa, nezibhulo zibe yizinkuni, nokolweni abe ngumnikelo wempuphu; ngikunika konke.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 U-Orinani wathi kuDavide: “Zithathele yona; inkosi yami, inkosi, mayenze lokho okuhle emehlweni ayo. Bheka, ngiyakukunika izinkabi zibe ngezeminikelo yokushiswa, izibhulo zibe yizinkuni, nokolo ube ngumnikelo wokusanhlamvu; ngikunika konke lokho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 21:23
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabuya ekumlandeleni, wathatha izinkabi, wazihlaba, wapheka ukudla kwazo ngezitsha zezinkabi, wanika abantu, badla. Wasuka-ke, wamlandela u-Eliya, wamkhonza.


UDavide wayesethi ku-Orinani: “Nginike indawo yalesi sibuya ukuba ngakhele uJehova i-altare phezu kwayo; kumelwe unginike yona ngenani eliphelele, ukuze inhlupho yabantu ivinjwe.


Khona-ke inkosi uDavide yathi ku-Orinani: “Qha! kodwa ngokuqinisekile ngizokuthenga ngenani eliphelele, ngoba ngeke ngithathele uJehova okungokwakho, futhi angiyikunikela ngeminikelo yokushiswa ngaphandle kwezindleko.


Khona-ke uHanameli, indodana kamalume, weza kimi egcekeni letilongo njengezwi likaJehova, wathi kimi: “Thenga isiqephu sezwe sami esise-Anathoti esezweni lakwaBhenjamini; Ngelakho ilungelo lefa, nensindiso ingeyakho; uzithengele yona. Ngase ngazi ukuthi kwakuyizwi likaJehova.


Inqola yafika ensimini kaJoshuwa waseBeti Shemi, yema khona lapho kwakukhona itshe elikhulu; bacanda izinkuni zenqola, banikela ngezinkomo zaba ngumnikelo wokushiswa kuJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ