Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 21:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Khona-ke ingelosi kaJehova yayala uGadi ukuba atshele uDavide ukuba uDavide akhuphuke ayokwakhela uJehova i-altare esibuyeni sika-Orinani umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ingelosi kaJehova yamyala uGadi ukusho kuDavide ukuba uDavide enyuke, amisele uJehova i-altare esibuyeni sika-Orinani umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Ingelosi kaSimakade yamyala uGadi ukuba ayotshela uDavide ukuthi makakhuphuke, amisele uSimakade i-althare esibuyeni sika-Orinani, umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 21:18
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UGadi wayesefika kuDavide ngalolo suku, wathi kuye: “Khuphuka, wakhele uJehova i-altare esibuyeni sika-Arawuna umJebusi.”


UGadi wayesefika kuDavide, wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Zikhethele;


UNkulunkulu wathuma ingelosi eJerusalema ukuba ilichithe; kwathi esachitha, uJehova wakubona, wazisola ngobubi, wathi engelosini echithayo: “Kwanele, bamba isandla sakho.” Ingelosi kaJehova yayimi esibuyeni sika-Orinani umJebusi.


UDavide wenyuka njengezwi likaGadi alikhuluma egameni likaJehova.


UDavida wasesithi: Le yindlu yeNKOSI uNkulunkulu, leli lilathi lomnikelo wokutshiswa likaIsrayeli.


USolomoni wayeseqala ukwakha indlu kaJehova eJerusalema entabeni yaseMoriya, lapho uJehova abonakala khona kuDavide uyise, endaweni uDavide ayilungisayo esibuyeni sika-Orinani umJebusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ