1 iziKronike 20:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Wakhipha amadoda ayephakathi kwawo, wawasika ngamasaha, nangemimese yensimbi, nangezimbazo; Wenze njalo uDavide kuyo yonke imizi yabantwana bakwa-Amoni. UDavide nabo bonke abantu babuyela eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Wakhipha nabantu ababe phakathi kwawo, wabanquma ngamasaha, nangezibhuqo zensimbi, nangamazembe; wenze njalo uDavide kuyo yonke imizi yabantwana bakwa-Amoni. UDavide nabo bonke abantu babuyela eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 UDavide wakhipha abantu ababekuyo yonke imizi yabakwa-Amoni, wabanquma ngamasaha, ngezibhuqo zensimbi, nangamazembe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |