1 iziKronike 20:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Kwathi umnyaka usuphelile, ngesikhathi amakhosi ephuma ngaso impi, uJowabi wakhupha amaqhawe ebutho, walichitha ilizwe labantwana bakoAmoni, wafika wavimbezela iRaba. Kodwa uDavida wahlala eJerusalema. UJowabe walishaya iRaba, walichitha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Emva komnyaka ngesikhathi sokuhlasela kwamakhosi, uJowabe wahola amaqhawe empi, wachitha izwe labantwana bakwa-Amoni, weza wavimbezela iRaba; kepha uDavide wahlala eJerusalema. UJowabe walinqoba iRaba, walidiliza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Kwathi sekwedlule unyaka, ngesikhathi amakhosi aphuma ahlasele ngaso, uJowabe wahola amaqhawe empi, wabhubhisa izwe labakwa-Amoni. Wahamba wavimbezela iRabha, kodwa uDavide wayesele eJerusalema. UJowabe wahlasela iRabha, walinqoba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |