Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 2:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 USegubi wazala uYayire, owayenemizi engamashumi amabili nantathu ezweni lakwaGileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 USegubi wazala uJayire, owayenemizi engamashumi amabili nantathu ezweni lakwaGileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 USegubhi wazala uJayire, owayenemizi engama-23 kwaGileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 2:22
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emveni koko wayingena uHetseron intombi kaMagire, uyise kaGiliyadi, wayizeka eminyaka imashumi mathandathu ezelwe; wamzalela uSegubi.


Wathatha kubo iGeshuri ne-Aramu nemizi yaseJayire, neKenati nemizi yayo, imizi engamashumi ayisithupha. Bonke labo babe ngamadodana kaMagire uyise kaGileyadi.


UMose walinika uMagire indodana kaManase iGileyadi; wahlala kulo.


UJayire indodana kaManase wahamba wathatha imizana yakhe, wayibiza ngokuthi iHavoti-Jayire.


UJayire indodana kaManase walithatha lonke izwe lase-Arigobi kuze kube semkhawulweni wamaGesuri neMahagati; wawabiza ngegama lakhe ngokuthi iBashani Havoti-Jayire kuze kube namuhla.


Umkhawulo wabo wasukela eMahanayimi, lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi, inkosi yaseBashani, nayo yonke imizana yaseJayire eseBashani: imizi engamashumi ayisithupha;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ