Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 2:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Odadewabo babengoZeruya no-Abigayili. Oonyana bakaSeruya ngu u-Abishayi, noJowabe, no-Asaheli, bebathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 odadewabo: ngoSeruya no-Abigayili. Amadodana kaSeruya: ngo-Abishayi, noJowabe, no-Asaheli, emathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 odadewabo: kwakunguZeruya no-Abhigayili. Amadodana kaZeruya: u-Abhishayi, uJowabe no-Asaheli, ayemathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 2:16
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe indodana kaSeruya wabona ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Abisalomu.


U-Abisalomu wabeka u-Amasa induna yempi esikhundleni sikaJowabe; u-Amasa wayeyindodana yendoda egama layo linguJitra, umIsrayeli, owangena no-Abigayili indodakazi kaNahashi, udadewabo kaSeruya, unina kaJowabe.


UDavide wathi: “Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya ukuba nibe yizitha zami namuhla na? ingabe ukhona ozobulawa kwa-Israyeli namuhla? Angazi yini ukuthi ngiyinkosi phezu kuka-Israyeli namuhla na?


UJowabe indodana kaSeruya nezinceku zikaDavide baphuma, bahlangana echibini laseGibeyoni; bahlala phansi, omunye engapha kokugeza omunye engapha kokugeza.


Futhi ngibuthakathaka namuhla, noma ngagcotshwa njengenkosi; lawa madoda, amadodana kaSeruya, alukhuni kimi; uJehova uyakubuyisela umenzi wobubi njengobubi bakhe.


U-Abishayi umfowabo kaJowabe wayeyinhloko yabathathu;


U-Abigayili wazala u-Amasa; uyise ka-Amasa wayenguYetere umIshmayeli.


UDavide waphendula, wathi ku-Ahimeleki umHeti, naku-Abishayi, indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, wathi: “Ngubani oyakwehla nami kuSawule ekamu na?” Wathi u-Abishayi: “Ngiyakwehla nawe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ