Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 19:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantwana bakwa-Amoni baphuma bahlela impi phambi kwesango lomuzi, amakhosi afika eyedwa endle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abantwana bakwa-Amoni baphuma, bahlela impi ngasesangweni lomuzi; kepha amakhosi ayefikile ayewodwa endle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Abakwa-Amoni baphuma bayihlela impi yabo belungela ukulwa ngasesangweni lomuzi, kepha amakhosi ayefikile ayewodwa endle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 19:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantwana bakwa-Amoni baphuma, bahlela impi ekungeneni kwesango; ama-Aramu aseSoba, naseRehobe, naseJistobi, naseMahaga ayeyedwa endle.


Inkosi yasisithi kubo: Ngizakwenza lokho elikubona kuhle. Inkosi yema esangweni, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.


UBenihadadi inkosi yase-Aramu wabutha yonke impi yakhe, namakhosi angamashumi amathathu nambili kanye naye, namahhashi, nezinqola; wenyuka wavimbezela iSamariya, walwa nalo.


Yenza lokhu: Susa amakhosi, kube yilowo nalowo endaweni yakhe, ubeke ababusi emakamelweni abo;


UJowabe esebonile ukuthi impi imelene naye ngaphambili nangasemuva, wakhetha kubo bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu.


UDavide esezwile lokho wamthuma uJowabe nayo yonke impi yamaqhawe.


U-Abiya walungisa impi enempi yamaqhawe anamandla, amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane ezingamakhulu amane;


U-Asa wayesephuma ukumhlangabeza, balwa esigodini saseSefatha eMaresha.


nanjengomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni, nanjengezikhwepha kwabaletha impi esangweni.


Bayobamba umnsalo nejula; banonya futhi ngeke babonise umusa; izwi labo liyohlokoma njengolwandle, futhi bayogibela amahhashi, yilowo nalowo ebhince izikhali njengendoda yokulwa, ngokumelene nawe, ndodakazi yaseBhabhiloni.


Njengomsindo wezinqola eziqongweni zezintaba bayogxuma, njengomsindo welangabi lomlilo liqothula izinhlanga, njengabantu abanamandla abami ngokulandelana kwempi.


USawuli lamadoda akoIsrayeli basebebuthana bamisa inkamba esigodini seEla, bahlela impi ukumelana lamaFilisti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ