Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 19:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Khona-ke abanye abantu bahamba bamtshela uDavide ngokukhonzwa kwamadoda. Wathumela ukuwahlangabeza, ngokuba amadoda ayenamahloni kakhulu. Inkosi yasisithi: Hlalani eJeriko zize zikhule intshebe zenu, beselibuya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bahamba, bamtshela uDavide ngalawo madoda. Wathuma ukuwahlangabeza, ngokuba ayenamahloni kakhulu lawo madoda. Yathi inkosi: “Hlalani eJeriko, zize zihlume izilevu zenu, bese nibuya.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Bahamba bamazisa uDavide ngalawo madoda. Wayesethumela ukuba ahlangatshezwe, ngokuba ayenamahloni kakhulu. Yathi inkosi: “Hlalani eJerikho zize zihlume izilevu zenu, bese niyabuya-ke.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 19:5
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho bemtshela uDavide, wathumela ukuwahlangabeza, ngokuba amadoda ayenamahloni kakhulu; inkosi yathi: Hlalani eJeriko, zize zihlume izindevu zenu, bese nibuya.


Ezinsukwini zakhe uHiyeli waseBethele wakha iJeriko; wabeka isisekelo salo ngo-Abiramu, izibulo lakhe, wamisa amasango alo ngoSegubi indodana yakhe encane, njengezwi likaJehova alikhuluma enkonzweni kaJoshuwa, indodana kaNuni.


Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waziphuca, wasika izingubo zazo phakathi kuze kube sezinqeni zazo, wazimukisa.


Lapho abantwana bakwa-Amoni bebona ukuthi bamenze isinengiso uDavide, uHanuni nabantwana bakwa-Amoni bathumela amatalenta ayinkulungwane esiliva ukubaqasha izinqola nabamahhashi eMesophothamiya nase-Aramu-Maga naseSoba.


Kwathi izinceku ezikanye nayo zibona okwenzekileyo, zadabuka kakhulu, zeza zabikela inkosi yazo konke okwenzekileyo.


Kodwa izinwele ekhanda lakhe zaqala futhi ukuhluma ngemva kokuba esephuciwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ