1 iziKronike 19:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Kepha izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni: “Ingabe ucabanga ukuthi uDavide uyamdumisa uyihlo lokhu ethumele abaduduzi kuwe na? Izinceku zakhe azifikanga yini kini ukuhlola izwe, nokuchitha, nokuhlola na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni: “Imbala ngokubona kwakho uthume abaduduzi kuwe ukuba atuse uyihlo na? Azifikanga yini izinceku zakhe kuwe ukuba ziphenye umuzi, ziwuchithe, ziwuhlole, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Kepha izikhulu zakwa-Amoni zathi kuHanuni: “Ngabe ucabanga ukuthi uDavide uthumele abazokududuza, ngokuba ehlonipha uyihlo na? Akazithumelanga yini izinceku zakhe ukuba zizohlola izwe nokuba ziwuqumbe phansi umbuso wakho na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |