Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 19:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJowabe namadoda ayenaye base besondela phambi kwama-Aramu emva kokulwa; basebebaleka phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJowabe nabantu ababe naye base besondela kuwo ama-Aramu ukuba balwe; kepha abaleka phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 UJowabe namabutho ayenaye basondela kuma-Aramu ukuba balwe nawo, kodwa wona acela empunzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 19:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, kwafika umprofethi ku-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: “Usibonile sonke lesi sixuku esikhulu na? bheka, ngiyawunikela esandleni sakho namuhla; nizokwazi ukuthi nginguJehova.


Qinani, masibe nesibindi ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu, uJehova enze okuhle emehlweni akhe.


Lapho abantwana bakwa-Amoni bebona ukuthi ama-Aramu ayabaleka, babaleka nabo phambi kuka-Abhishayi umfowabo, bangena emzini. UJowabe wayesefika eJerusalema.


UJowabe namadoda ayenaye basondela ukulwa nama-Aramu, abaleka phambi kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ