Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kwathi uThowu inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye impi yonke kaHadadezeri inkosi yeZoba;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Lapho uThowu inkosi yaseHamati ezwa ukuthi uDavide ushayile yonke impi kaHadarezeri inkosi yaseSoba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Kwathi ukuba uThowu, inkosi yaseHamathi, ezwe ukuthi uDavide uyibhubhisile yonke impi kaHadadezeri, inkosi yaseZobha,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi uThoyi inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye ibutho lonke likaHadadezeri,


Wathuma indodana yakhe uHadoramu enkosini uDavide ukuba ibuze ukuphila kwayo nokuyihalalisela, ngokuba yalwa noHadarezeri, yamnqoba; (ngokuba uHadadezeri walwa emelene neTowu) enezinhlobo zonke zezitsha zegolide nezesiliva nezethusi.


Ngokufanayo, uDavide waletha ithusi eliningi eThibhati naseKhuni, imizi yaseHadadezeri, uSolomoni enza ngayo ulwandle lwethusi, nezinsika, nezinto zethusi.


Lapho abantwana bakwa-Amoni bebona ukuthi bamenze isinengiso uDavide, uHanuni nabantwana bakwa-Amoni bathumela amatalenta ayinkulungwane esiliva ukubaqasha izinqola nabamahhashi eMesophothamiya nase-Aramu-Maga naseSoba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ