Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wanqoba uMowabi; abakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, baletha izipho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wanqoba noMowabi; abakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, bathela intela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Wamnqoba uMowabi; abakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, bathela intela kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabanqoba abakwaMowabi, wabalinganisa ngomucu wokulinganisa, wabaphonsa phansi; walinganisa ngezintambo ezimbili zokulinganisa ukubulala, nangomucu owodwa ogcweleyo ukugcina uphila. AbakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, baletha izipho.


Yafika eJerusalema inesixuku esikhulu kakhulu, namakamela athwele izinongo, negolide eliningi namatshe ayigugu; lapho ifika kuSolomoni, yakhuluma kuye ngakho konke okwakusenhliziyweni yayo.


Baletha, kwaba yilowo nalowo isipho sakhe: izitsha zesiliva, nezitsha zegolide, nezingubo, nezikhali, namakha, namahhashi, neminyuzi, iminyaka ngeminyaka.


Emva kwalokho uDavida wawatshaya amaFilisti, wawanqoba, walithumba iGathi lemizi yalo esandleni samaFilisti.


UDavide wamshaya uHadadezeri, inkosi yaseSoba, kwaze kwaba seHamati, ekuyeni kwakhe ukuqinisa umbuso wakhe ngasemfuleni u-Ewufrathe.


UMowabi uyisitsha sami sokugezela; phezu kuka-Edomi ngiyakuphonsa isicathulo sami; Filistiya, nqoba ngenxa yami.


Kepha bayakundizela emahlombe amaFilisti ngasentshonalanga; bayophanga abasempumalanga kanyekanye; bayakubeka isandla sabo phezu kuka-Edomi noMowabi; abantwana bakwa-Amoni bayakubalalela.


Thumelani amawundlu kumbusi wezwe, asuke eSela, aye ehlane, entabeni yendodakazi yaseSiyoni.


Ngiyakumbona, kodwa hhayi manje; Ngiyakumbona, kodwa hhayi eduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakwenyuka kwa-Israyeli, ishaye imikhawulo yakwaMowabi, nabo bonke abantwana bakwaSheti.


Kepha abantwana bakwaBeliyali bathi: “Lo uyakusisindisa kanjani na?” Futhi bamdelela, futhi abazange bamlethele izipho. Kodwa wathula.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ