Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 USadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Abimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; futhi uShavasha wayengumlobi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Abimeleki indodana ka-Abiyathara, babe ngabapristi; noShawusha wayengumbhali;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 UZadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Abhimeleki, indodana ka-Abhiyathara, babengabaphristi, uShawusha engumbhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:16
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USheva wayengumbhali, uSadoki no-Abiyathara babengabapristi.


uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


Inkosi yasibeka uBenaya indodana kaJehoyada ekamelweni lakhe phezu kwempi; uSadoki umpristi wamisa inkosi ekamelweni lika-Abiyathara.


o-Elihorefi no-Ahiya, amadodana kaSisa, ababhali; uJehoshafati, indodana ka-Ahiludi, umbusi.


UJowabe indodana kaSeruya wayephezu kwempi; noJehoshafati, indodana ka-Ahiludi, umbusi.


UBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKreti namaPheleti; amadodana kaDavide ayeyinhloko yenkosi.


UDavide wabahlukanisa, uZadoki emadodaneni ka-Eleyazare no-Ahimeleki emadodaneni ka-Itamari ngokwezikhulu zabo enkonzweni yabo.


UShemaya indodana kaNethaneli, umbhali, omunye wamaLevi, waliloba phambi kwenkosi nezikhulu noSadoki umpristi no-Ahimeleki indodana ka-Abiyathara naphambi kwezinhloko zezindlu zawoyise babapristi namaLevi; zithathelwe u-Eleyazare, nenye eka-Itamari.


Kwaphunyuka enye yamadodana ka-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi ogama layo lingu-Abiyathara, yabaleka emva kukaDavide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ