Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathuma indodana yakhe uHadoramu enkosini uDavide ukuba ibuze ukuphila kwayo nokuyihalalisela, ngokuba yalwa noHadarezeri, yamnqoba; (ngokuba uHadadezeri walwa emelene neTowu) enezinhlobo zonke zezitsha zegolide nezesiliva nezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 wathuma uHadoramu, indodana yakhe, enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadarezeri, yamnqoba, ngokuba uHadarezeri wayelokhu elwa noThowu; wathuma izinhlobo zonke zezitsha zegolide nezesiliva nezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 wathumela uHadoramu, indodana yakhe, enkosini uDavide ukuyocela ukuba babe nesivumelwano sokuthula nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba, ngokuba uHadadezeri wayevame ukulwa noThowu. Wamphathisa izinhlobo zonke zezitsha zegolide nezesiliva nezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:10
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJoramu indodana yakhe wayesethumela enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba; ngoba uHadadezeri wayelwile loThoyi. UJehoramu waletha izitsha zesiliva nezitsha zegolide nezitsha zethusi.


Inkosi uDavide nayo yangcwelisela uJehova kanye nesiliva negolide eyalikhipha kuzo zonke lezi zizwe; kwa-Edomi, nakuMowabi, nakubantwana bakwa-Amoni, nakumaFilisti, naku-Amaleki.


Kwathi uThowu inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye impi yonke kaHadadezeri inkosi yeZoba;


Indlovukazi yaseSheba isizwile umbiko kaSolomoni, yeza ukumvivinya uSolomoni ngemibuzo enzima eJerusalema, inesixuku esikhulu kakhulu, namakamela athwele izinongo, negolide eliningi, namatshe ayigugu; kwathi esefikile; kuSolomoni wakhuluma kuye ngakho konke okwakusenhliziyweni yakhe.


Ngaleso sikhathi uMerodagi Baladani indodana kaBaladani inkosi yaseBabele wathumela izincwadi nezipho kuHezekiya, ngokuba wayezwile ukuthi wayegula, wasinda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ