Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 17:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa ngizammisa endlini yami lembusweni wami kuze kube nininini, lesihlalo sakhe sobukhosi sizaqiniswa kuze kube nininini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngiyakuyiqinisa endlini yami nasembusweni wami kuze kube phakade, isihlalo sayo sobukhosi siqiniswe kuze kube phakade.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Ngiyakumbeka endlini yami nasembusweni wami, kuze kube phakade; isihlalo sakhe sobukhosi siqiniswe, kuze kube phakade.” ’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 17:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami;


Njengawo wonke lawa mazwi nangawo wonke lo mbono uNathani wakhuluma kuDavide.


Nokho ngibeke inkosi yami entabeni yami engcwele iZiyoni.


Igama lakhe liyakuma kuze kube phakade; igama lakhe liyohlala kuze kube nini nanini ilanga, futhi abantu bayobusiswa kuye; izizwe zonke ziyakuthi ubusisiwe.


Inzalo yakhe iyakuma kuze kube phakade, nesihlalo sakhe sobukhosi sinjengelanga phambi kwami.


Kodwa uKristu njengendodana phezu kwendlu yakhe; esiyindlu yakhe thina, uma sibambisisa isibindi nokuzibonga kwethemba kuze kube sekupheleni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ