Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngazo zonke izimangaliso zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngezimangaliso zakhe zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Mhlabeleleni, nimhubele, nikhulume ngazo zonke izimangaliso zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:9
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.


Shumayelani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe; izimangaliso zakhe phakathi kwezizwe zonke.


Dumisani uJehova, nibize igama lakhe, nizazise phakathi kwezizwe izenzo zakhe.


Khumbula ukuthi ukhulisa umsebenzi wakhe obonwa ngabantu.


ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakhe zamandla nobukhosi benkazimulo yombuso wakhe.


Ukulunga kwakho angikufihlanga enhliziyweni yami; Ngikwazisile ukuthembeka kwakho nensindiso yakho; umusa wakho neqiniso lakho angikufihlanga ebandleni elikhulu.


O Nkulunkulu, ungifundisile kwasebusheni bami, kuze kube manje ngimemezele izimangaliso zakho.


Sebehlabelele igama lokubonga, baphuma baya eNtabeni Yeminqumo.


nikhulumisana ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nihlabelele, nihubele eNkosini enhliziyweni yenu;


Izwi likaKristu malihlale kini ngokucebile kukho konke ukuhlakanipha; nifundisana, niyalane ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nihubele ngomusa ezinhliziyweni zenu iNkosi.


Ukhona yini phakathi kwenu ohluphekayo? akakhuleke. Ingabe kukhona okujabulisayo? makahube amahubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ