Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Asafa inhloko, beseceleni kwakhe uZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatitja, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi; noJehiyeli ngamahabhu nezihabhu; u-Asafa wakhalisa amasimbali;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ngu-Asafa inhloko nabesigaba sakhe sesibili, oZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatithiya, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, benezingubhu namahabhu,* kanye no-Asafa ephethe amasimbali,* ewabetha,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 U-Asafa nguye owayengamele nesigaba sakhe sesibili, uZakhariya, uJeyiyeli, uShemiramothi, uJehiyeli, uMathithiya, u-Eliyabe, uBhenaya, u-Obhede Edomi noJeyiyeli, bephethe izingubhu namahabhu, u-Asafa ephethe amasimbali, ewashaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide nayo yonke indlu ka-Israyeli babetha phambi kukaJehova zonke izinsimbi zomthi womsayipuresi, nezingubhu, namahabhu, nezigubhu, nezingubhu, namasimbali.


Wabashiya lapho phambi komphongolo wesivumelwano sikaJehova u-Asafa nabafowabo ukuba bakhonze phambi komphongolo njalonjalo, njengokufunekayo usuku ngalunye.


Wamisa abathile kumaLevi ukuba bakhonze phambi komphongolo kaJehova, balobe, badumise, badumise uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.


OBenaya noJahaziyeli, abapristi, benamacilongo njalo phambi komphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


uThahati indodana yakhe, u-Uriyeli indodana yakhe, u-Uziya indodana yakhe, uSawule indodana yakhe.


Umfowabo u-Asafa owayemi ngakwesokunene sakhe kwakungu-Asafa indodana kaBerakiya indodana kaShimeya,


Wawamisa amaLevi endlini kaJehova ephethe amasimbali, namahabhu nezihabhu, njengesiyalezo sikaDavide noGadi umboni wenkosi noNathani umprofethi; ngokuba kwakunjalo ngomyalo kaJehova ngomyalo wakhe abaprofethi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ