Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 ukuba banikele njalonjalo iminikelo yokushiswa kuJehova ekuseni nakusihlwa e-altare lomnikelo wokushiswa, benze njengakho konke okulotshiweyo emthethweni kaJehova awuyala u-Israyeli;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 ukuba banikele njalo ngeminikelo yokushiswa phezu kwe-altare lomnikelo wokushiswa ekuseni nakusihlwa njengakho konke okulotshiweyo emthethweni kaJehova ayala ngawo u-Israyeli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

40 ukuba banikele njalo kuSimakade ngeminikelo yokushiswa, phezu kwe-althare lomnikelo wokushiswa, ekuseni nakusihlwa njengalokhu konke kulotshwe emthethweni kaSimakade ayala ngawo u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:40
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


Lapho sekuntambama sebeprofethile kwaze kwafika isikhathi somnikelo wakusihlwa, kwakungekho zwi noma ophendulayo noma olalelayo.


Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.


Wamisa nesabelo senkosi sempahla yayo njengeminikelo yokushiswa, eyeminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa, neminikelo yokushiswa yamasabatha, neyokwethwasa kwezinyanga, neyemikhosi, njengokulotshiweyo emthethweni kaJehova.


Balibeka i-altare ezisekelweni zalo; ngoba ukwesaba kwakuphezu kwabo ngenxa yabantu balawomazwe; banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova phezu kwalo, iminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa.


Yebo, ngisakhuluma emkhulekweni, umuntu uGabriyeli engambona embonweni ekuqaleni, wandiza masinyane, wangithinta ngesikhathi somnikelo wakusihlwa.


Waletha umnikelo womlilo, wagcwalisa isandla kuwo, wawushisa e-altare, ngomnikelo wokushiswa wasekuseni.


Wozani eBethele, neqe; eGiligali siyanda isiphambeko; nilethe imihlatshelo yenu nokweshumi kwenu ekuseni njalo emva kweminyaka emithathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ