Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo; amasimu mawajabule nakho konke okukuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo, amasimu ename nakho konke okukuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo, kwename amasimu nakho konke okukuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:32
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona imithi yehlathi izathokoza phambi kukaJehova, ngoba uyeza ukwahlulela umhlaba.


Ngoba uNkulunkulu uzalihlenga iZiyoni, akhe amadolobho akoJuda, ukuze bahlale khona, balidle.


UJehova oPhezukonke unamandla kunokuhlokoma kwamanzi amaningi, yebo, kunamaza amakhulu olwandle.


Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; makuhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.


Hlabelelani kuJehova ihubo elisha nodumo lwakhe kusukela emikhawulweni yomhlaba, nina enehlela elwandle nakho konke okukulo; iziqhingi nabakhileyo kuzo.


Hlabelelani nina mazulu! ngokuba uJehova ukwenzile; thokozani nina zingxenye eziphansi zomhlaba. Jabulani nina zintaba, hlathi, nemithi yonke ekulo, ngokuba uJehova umhlengile uJakobe, wamkhazimulisa kwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ