Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Nina nzalo ka-Israyeli, inceku yakhe, bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 nina nzalo ka-Israyeli, inceku yakhe, nina bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 nina nzalo ka-Israyeli, inceku yakhe, nina bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:13
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakumisa isivumelwano sami phakathi kwami nawe nenzalo yakho emva kwakho ezizukulwaneni zayo sibe yisivumelwano esiphakade, ngibe nguNkulunkulu kuwe nakuyo inzalo yakho emva kwakho.


Cabangani ngezimangaliso zakhe azenzile, izimangaliso zakhe nezahlulelo zomlomo wakhe;


UnguJehova uNkulunkulu wethu; izahlulelo zakhe zisemhlabeni wonke.


Nina nzalo ka-Abrahama inceku yakhe, bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe!


Ngokuba uJehova uzikhethele uJakobe no-Israyeli ukuba abe yifa lakhe.


Kepha wena Israyeli, uyinceku yami, uJakobe engikukhethileyo, inzalo ka-Abrahama umngane wami.


Zwanini leli zwi uJehova alikhulumayo ngani, bantwana bakwa-Israyeli, ngaso sonke isizukulwane engasikhipha ezweni laseGibithe, ethi:


UJehova wathanda kuphela oyihlo ukuba abathande, wakhetha inzalo yabo emva kwabo nina phakathi kwezizwe zonke, njenganamuhla.


Ngokuba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho; uJehova uNkulunkulu wakho ukukhethile ukuba ube yisizwe sakhe phezu kwezizwe zonke ezisemhlabeni.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ