Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Bawuletha umphongolo kaNkulunkulu, bawubeka phakathi kwetende uDavide alimisele wona, banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Bawungenisa umphongolo kaNkulunkulu, bawubeka phakathi netende uDavide ayelimisele wona; banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Bawungenisa umphongolo kaNkulunkulu, bawubeka phakathi nethende uDavide ayelimisele wona. Base benikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:1
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wavuka uSolomoni; bheka, kwakuyiphupho. Wafika eJerusalema wema phambi komphongolo wesivumelwano sikaJehova, wanikela ngeminikelo yokushiswa nemihlatshelo yokubonga, walungisela zonke izinceku zakhe idili.


Inkosi no-Israyeli wonke kanye nayo baletha umnikelo phambi kukaJehova.


UDavide wazakhela izindlu emzini kaDavide, walungisela umphongolo kaNkulunkulu indawo, wawumisela itende.


Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zemindeni yamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu, ukuze nilethe umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiwulungisele yona.


UDavide wabutha wonke u-Israyeli eJerusalema ukuba alethe umphongolo kaJehova endaweni yawo ayewulungisele wona.


Kwathi uDavida eseqedile ukunikela iminikelo yokutshiswa leminikelo yokubonga, wabusisa abantu ebizweni leNkosi.


Amadodana kaLevi; uGereshomu, noKohati, noMerari.


Kepha umphongolo kaNkulunkulu uDavida wakhuphula umphongolo kaNkulunkulu eKiriyati Jeharimi wayiswa endaweni uDavide ayewulungisele yona, ngoba wawumisele ithende eJerusalema.


Vuka, Jehova, ekuphumuleni kwakho; wena nomphongolo wamandla akho.


Kumelwe alethe umnikelo womlilo kuJehova ovela emnikelweni wokubonga; amanoni akhe nawo wonke uhlevane kumelwe asuse kanzima emgogodleni; namanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ