1 iziKronike 15:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UDavide wabutha wonke u-Israyeli eJerusalema ukuba alethe umphongolo kaJehova endaweni yawo ayewulungisele wona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UDavide wabuthela wonke u-Israyeli eJerusalema ukukhuphulela umphongolo kaJehova endaweni yawo awulungisele yona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 UDavide waqoqela ndawonye eJerusalema wonke u-Israyeli ukuba kukhushulwe umphongolo kaSimakade uyiswe endaweni awulungiselele yona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UDavide wathi kulo lonke ibandla lakwa-Israyeli: “Uma kubonakala kukuhle emehlweni enu nokuthi kuvela kuJehova uNkulunkulu wethu, masithumele kubazalwane bethu ezindaweni zonke eziseleyo ezweni lonke lakwa-Israyeli, nakubapristi kanye nabo. NamaLevi asemizini yawo nasemadlelweni awo, azibuthele kithi.