Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 15:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngoba ngenxa yokuthi anikwenzanga lokhu ekuqaleni, uJehova uNkulunkulu wethu wafohla phezu kwethu, ngokuba asimfunanga ngokomthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokuba ngenxa yokungawuthwali kwenu kuqala uJehova uNkulunkulu wethu wafohla kithina, ngokuba singamfunanga njengomthetho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Ngenxa yokuba aniwuthwalanga ngesikhathi esedlule, uSimakade uNkulunkulu wethu wasithelekela, ngokuba asimfunanga njengokwesimiso.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 15:13
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bawubeka umphongolo kaNkulunkulu enqoleni entsha, bawukhipha endlini ka-Abinadaba eyayiseGibeya; u-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abinadaba, bashayela inqola entsha.


Masiwubuyisele kithi umphongolo kaNkulunkulu wethu, ngokuba asibuzanga kuwo emihleni kaSawule.


UDavida wasesithi: Kakulamuntu ongathwala umphongolo kaNkulunkulu, ngaphandle kwamaLevi, ngoba bakhethile uJehova ukuthi athwale umphongolo kaNkulunkulu, bamkhonze kuze kube nininini.


Ofihla izono zakhe kayikuphumelela; kepha oyivumayo ayishiye, uyakuba nomusa.


Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


Kodwa amadodana kaKohati akawanikanga lutho, ngoba inkonzo yendlu engcwele eyayingowawo yayiwukuthwala emahlombe awo.


Kepha ngiyanidumisa, bazalwane, ngokuba ningikhumbula ezintweni zonke, nigcina izimiso, njengalokho nganinika zona.


UMose wawuloba lo mthetho, wawunika abapristi, amadodana kaLevi, ababethwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, nawo wonke amalunga akwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ