Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 15:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zemindeni yamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu, ukuze nilethe umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiwulungisele yona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Nina niyizinhloko zezindlu zawoyise bamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu ukuba niwukhuphulele umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiyilungisele wona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zezindlu zoyise babaLevi, zingcweliseni, nina nabafowenu, ukuba nikhuphule umphongolo kaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, niwuyise endaweni engiwulungisele yona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 15:12
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wazakhela izindlu emzini kaDavide, walungisela umphongolo kaNkulunkulu indawo, wawumisela itende.


Abapristi namaLevi bazingcwelisa ukuba bakhuphule umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.


UDavide wabutha wonke u-Israyeli eJerusalema ukuba alethe umphongolo kaJehova endaweni yawo ayewulungisele wona.


Bawuletha umphongolo kaNkulunkulu, bawubeka phakathi kwetende uDavide alimisele wona, banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaNkulunkulu.


Nabo benza inkatho ngabafowabo, amadodana ka-Aroni, phambi kwenkosi uDavide, noSadoki, no-Ahimeleki, nezinhloko zezindlu zawoyise zabapristi namaLevi, izinhloko zawoyise zimelane nabafowabo abancane.


Lezi izinhloko zemindeni yamaLevi zaziyizinhloko zemindeni yazo; bahlala eJerusalema.


USolomoni wakhuluma ku-Israyeli wonke, ezinduneni zezinkulungwane nezamakhulu, nakubahluleli, nakuzo zonke izikhulu kwa-Israyeli wonke, izinhloko zawoyise.


Kepha umphongolo kaNkulunkulu uDavida wakhuphula umphongolo kaNkulunkulu eKiriyati Jeharimi wayiswa endaweni uDavide ayewulungisele yona, ngoba wawumisele ithende eJerusalema.


Basebehlaba iphasika ngosuku lwetshumi lane lwenyanga yesibili; abapristi lamaLevi baba lenhloni, bazingcwelisa, baletha iminikelo yokutshiswa endlini yeNkosi.


Bese nihlaba iphasika, nizingcwelise, nilungise abafowenu ukuba benze njengezwi likaJehova ngomsebenzi kaMose.


Kwathi lapho abapristi bephuma endaweni engcwele, ngokuba bonke abapristi ababekhona babengcwelisiwe, bengalindanga ngaleso sikhathi.


USolomoni wayesebutha amadoda amadala akwa-Israyeli nazo zonke izinhloko zezizwe, izinhloko zezindlu zoyise zabantwana bakwa-Israyeli, eJerusalema ukuba bakhiphe umphongolo wesivumelwano sikaJehova emzini kaDavide iZiyoni.


Ngayala amaLevi ukuba azihlanze futhi eze alinde amasango ukuze angcwelise usuku lwesabatha. Ngikhumbule, Nkulunkulu wami, ungihawukele ngokobukhulu bomusa wakho.


Sukani, sukani, lisuke lapho, lingathinti okungcolileyo; phuma kuye; Hlambuluka nina eniphatha izitsha zikaJehova.


Kumelwe kube ngeyabapristi abangcwelisiwe emadodaneni kaSadoki; abagcina inkonzo yami, abangadukanga ekudukeni kwabantwana bakwa-Israyeli njengokuduka kwamaLevi.


Bangcwelise ngeqiniso; izwi lakho liyiqiniso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ