Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Lawa angamagama abantwana bakhe ayenabo eJerusalema; uSamuwa noShobabi, uNathani noSolomoni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nanka amagama abantwana ayenabo eJerusalema: oShamuvwa, noShobabi, noNathani, noSolomoni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Nanka amagama abantwana abazala eJerusalema: uShamuwa, uShobhabhi, uNathani, uSolomoni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.


Lawa angamagama abazalelwa wona eJerusalema; oSamuwa noShobabi noNathani noSolomoni,


Hamba ungene enkosini uDavida uthi kuyo: Wena nkosi yami, nkosi, kawufunganga yini kuyo incekukazi yakho, wathi: USolomoni indodana yakho uzakuba yinkosi emva kwami, njalo yena uzahlala esihlalweni sami sobukhosi? pho kungani u-Adoniya ebusa?


Wathi kuye: “Nkosi yami, wafunga uJehova uNkulunkulu wakho encekwini yakho wathi: ‘Impela uSolomoni indodana yakho uyakuba yinkosi emva kwami, ahlale esihlalweni sami sobukhosi.


Wathi: “Niyazi nina ukuthi umbuso wawungowami, nokuthi wonke u-Israyeli wabhekisa ubuso bakhe kimi ukuba ngibuse; kodwa umbuso waphenduka waba ngowomfowethu, ngoba wawuvela kuJehova.


USolomoni wamthanda uJehova ngokuhamba ezimisweni zikayise uDavide; wanikela kuphela ezindaweni eziphakemeyo, wadedela intuthu.


UDavida wasethatha abanye abafazi eJerusalema, uDavida wazala amanye amadodana lamadodakazi.


UJese wazala uDavide inkosi; uDavide inkosi wazala uSolomoni ngumka-Uriya;


owayeyindodana kaMeleya, indodana kaMenani, indodana kaMatatha, indodana kaNathani, indodana kaDavide,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ