Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ashiya onkulunkulu bawo lapho, uDavide wayala, ashiswa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ashiya khona onkulunkulu bawo; uDavide wathi mabashiswe ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 AmaFilisti abashiya lapho onkulunkulu bawo, uDavide wathi mababashise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ashiya izithombe zawo lapho, uDavide nabantu bakhe bazishisa.


Base bekhipha izithombe endlini kaBali, bazishisa.


abaphonsa onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Base benyukela eBali Pherazimi; uDavide wawabulala khona. UDavide wayesethi: “UNkulunkulu wadabula isandla sami ezitheni zami njengokufohla kwamanzi; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iBali Pherazimi.


Ngiyakudabula izwe laseGibithe ngalobu busuku, ngibulale onke amazibulo ezweni laseGibithe, abantu nezilwane; ngiyakwahlulela bonke onkulunkulu baseGibithe; nginguJehova.


Wathatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, walichoboza, walifafaza phezu kwamanzi, wabaphuzisa abantwana bakwa-Israyeli.


Izithombe ezibaziweyo zonkulunkulu bazo niyozishisa ngomlilo; isiliva noma igolide elikuso, ungalifisi, ungazithatheli lona, funa ucushwe yilo; ngoba kuyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.


Kodwa nansi indlela okufanele niziphathe ngayo; niyakudiliza ama-altare abo, nidilize izithombe zabo, nigawule iziqu zemithi yabo engcwele, nishise izithombe zabo ezibaziweyo ngomlilo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ