Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Base benyukela eBali Pherazimi; uDavide wawabulala khona. UDavide wayesethi: “UNkulunkulu wadabula isandla sami ezitheni zami njengokufohla kwamanzi; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iBali Pherazimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Base benyukela eBali Pherasimi, uDavide wawachitha; uDavide wathi: “UNkulunkulu ufohlele izitha zami ngesandla sami njengokufohla kwamanzi.” Ngalokho baqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iBali Pherasimi.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Base bekhuphuka eBhali Pherazimu, uDavide wawabhubhisa. UDavide wathi: “UNkulunkulu uthelekele izitha zami ngesandla sami njengamanzi ebhodloza avinjwe ngakho.” Yingakho-ke leyo ndawo bayiqamba bathi iBhali Pherazimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:11
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wafika eBali Pherasimi, uDavide wawachitha khona, wathi: “UJehova wafohla phambi kwami njengomfula phezu kwezitha zami; ngalokho wabiza leyo ndawo ngokuthi iBali-Pherasimi.


UDavida wasebuza kuNkulunkulu wathi: Ngenyukele yini kumaFilisti? Uyakuwanikela esandleni sami na? UJehova wayesethi kuye: “Sukuma; ngokuba ngiyakuwanikela esandleni sakho.


Ashiya onkulunkulu bawo lapho, uDavide wayala, ashiswa ngomlilo.


Zafika phezu kwami njengokufohla okubanzi kwamanzi; ehlane baginqa phezu kwami.


Ihubo likaDavide. Makabongwe uJehova, mandla ami, ofundisa izandla zami ukulwa neminwe yami ukulwa.


Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni eyingozi.


Ngokuba abalidlanga izwe ngenkemba yabo, nengalo yabo ayibasindisanga, kepha isandla sakho sokunene nengalo yakho nokukhanya kobuso bakho, ngokuba wawunomusa kubo.


Amanzi abuya, asibekela izinqola, nabamahhashi, nempi yonke kaFaro eyangena elwandle emva kwawo; akwasala ngisho noyedwa kubo.


Ngokuba uJehova uyakusukuma njengasentabeni yasePherasimi; Uyakuthukuthela njengasesigodini saseGibeyoni ukuba enze umsebenzi wakhe, umsebenzi wakhe ongavamile; futhi ufeza isenzo sakhe, isenzo sakhe esiyinqaba.


Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya kuleyo ndlu; yawa: kwaba kukhulu ukuwa kwayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ