Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari, nabakhi nababazi, ukumakhela indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari,* nabakhi, nababazi ukuba bamakhele indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Inkosi yaseThire, uHiramu, yathumela izithunywa kuDavide, imisedari, abakhi nababazi ukuba bayomakhela indlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yathi kuNathani umprofethi: “Bheka, mina ngihlala endlini yokhuni lomsedari, kepha umphongolo kaNkulunkulu uhlala ngaphakathi kwezilenge.


UHiramu inkosi yaseTire wathuma izinceku zakhe kuSolomoni; ngoba wezwa ukuthi bamgcobile abe yinkosi endlini kayise, ngoba uHiramu wayethanda uDavida njalo.


USolomoni wayenabagundi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nabagundi bezinwele eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili ezintabeni;


Abakhi bakaSolomoni nabakhi bakaHiramu bawugawula nabakhihli bamatshe; balungisa izinkuni namatshe ukwakha indlu.


Yaleza manje ukuba bangigawulele imisedari eLebanoni; izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho, futhi wena ngiyakukunika inkokhelo yezinceku zakho njengakho konke oyakumisayo; ngoba uyazi ukuthi kakho phakathi kwethu ongagawula imithi njengamaSidoni.


UDavida wasebona ukuthi uJehova wayemmisile ukuthi abe yinkosi phezu kukaIsrayeli, ngoba umbuso wakhe waphakanyiswa ngenxa yabantu bakhe uIsrayeli.


Kwathi uDavida ehlezi endlini yakhe, uDavida wathi kuNathani umprofethi: Khangela, mina ngihlala endlini yesihlahla somsedari, kodwa umphongolo wesivumelwano sikaJehova uhlezi ngaphansi kwamakhetheni.


UDavida waselaya ukuthi abafokazi ababesezweni lakoIsrayeli babuthwe; waqasha abakhi ukubaza amatshe abaziweyo ukwakha indlu kaNkulunkulu.


USolomoni wamisa amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha ukuba athwale imithwalo, nezinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili ukuba agawule entabeni, nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha ukuba zigade.


USolomoni wasethumela kuHiramu inkosi yeTire ukuthi: Njengoba wenza kubaba uDavida, wamthumelela imisedari yokuzakhela indlu yokuhlala, yenza njalo kimi.


Banika abakhi nababazi imali; nokudla nokuphuza namafutha kwabaseSidoni nabaseTire ukuba balethe imisedari eLebanoni, bayiyise olwandle lwaseJopha, njengesipho esivela kuKoresi inkosi yasePheresiya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ