1 iziKronike 13:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Bawuthwala umphongolo kaNkulunkulu ngenqola entsha besuka endlini ka-Abinadaba; u-Uza no-Ahijo bashayela inqola. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba; o-Uza no-Ahiyo bashayela ingqukumbane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Bawukhipha umphongolo kaNkulunkulu endlini ka-Abhinadaba, bawukhweza enqoleni entsha eyayishayelwa ngu-Uza no-Ahiyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.