Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ibandla lonke lathi makwenziwe njalo, ngokuba le ndaba yayilungile emehlweni abo bonke abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Lonke ibandla lathi liyakwenze njalo, ngokuba leyo nto yayilungile emehlweni abo bonke abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ibandla lonke lathi makwenziwe kanjalo, ngokuba lokho kwakuthokozisa kubo bonke abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 13:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, ngokuba konke ekwenzayo inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.


Masiwubuyisele kithi umphongolo kaNkulunkulu wethu, ngokuba asibuzanga kuwo emihleni kaSawule.


UDavida wasebuthanisa wonke uIsrayeli kusukela eSihori eGibhithe kuze kufike ekungeneni kweHemati ukuze akhuphe umphongolo kaNkulunkulu eKiriyathi Jeyarimi.


Le ndaba yayinhle emehlweni enkosi nakulo lonke ibandla.


Wathi: “Uma kukuhle enkosini, noma ngifumene umusa emehlweni ayo, nendaba ibonakala ilungile phambi kwenkosi, ngithandeka emehlweni ayo, makulotshwe ngezincwadi uHamani, indodana uHamedatha umAgagi owalobela ukubhubhisa abaJuda abakuzo zonke izifunda zenkosi.


UMikhali indodakazi kaSawule wathanda uDavide;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ