Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 13:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UDavide akawulethanga umphongolo kuye emzini kaDavide, kepha wawuphambukisela endlini ka-Obede Edomi umGiti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UDavide akawuyisanga umphongolo kuye emzini kaDavide, kepha wawubuyisela eceleni endlini ka-Obede Edomi umGiti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 UDavide akabange esawuyisa emzini wakhe umphongolo, kodwa wachezuka, wawuyisa endlini ka-Obhedi Edomi, umGithi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 13:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

(AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, baba ngabafokazi khona kuze kube namuhla.)


UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu.


UDavide wamesaba uNkulunkulu ngalolo suku, wathi: “Ngingawuletha kanjani umphongolo kaNkulunkulu endlini yami na?”


kanye nabo abafowabo besigaba sesibili, uZakariya, noBeni, noJahesiyeli, noSemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noBenaya, noMahaseya, noMatitja, no-Elifele, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, abalindisango.


UDavide namalunga akwa-Israyeli nezikhulu badlula inkulungwane ukuwukhipha umphongolo wesivumelwano sikaJehova endlini ka-Obede Edomi ngokuthokoza.


U-Asafa inhloko, beseceleni kwakhe uZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatitja, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi; noJehiyeli ngamahabhu nezihabhu; u-Asafa wakhalisa amasimbali;


Amadodana ka-Obede Edomi ayengoShemaya izibulo, noJozabadi owesibili, noJowaki owesithathu, noSakari owesine, noNethaneli owesihlanu,


Bonke labo abantwana baka-Obede Edomi, bona namadodana abo nabafowabo, amadoda anamandla enkonzweni, bebengamashumi ayisithupha nambili ku-Obede Edomi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ