1 iziKronike 12:40 - Contemporary Zulu Bible 202440 Ngaphezu kwalokho, labo ababeseduze nabo, kwaze kwaba kwa-Isakare, noZebuloni, nakwaNafetali, baletha isinkwa ngezimbongolo nangamakamela, neminyuzi, nezinkomo, nenyama, nempuphu, namaqebelengwane omkhiwane, nezigaxa zezithelo zomvini ezomisiweyo, newayini, namafutha, nezinkomo, nezinkomo; nenala, ngokuba kwakukhona intokozo kwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE40 Ababe seduze nabo kuze kube kwa-Isakare, nakwaZebuloni, nakwaNafetali baletha isinkwa ngezimbongolo, nangamakamela, nangeminyuzi,* nangezinkabi, nokudla kwempuphu, nezigaxa zamakhiwane, nezigaxa zezithelo zomvini ezomileyo, newayini, namafutha, nezinkabi, nezimvu eziningi, ngokuba kwakukhona ukuthokoza kwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202040 Nabakhelene nabo, kusukela kwa-Isakhare, kwaZebuloni, nakwaNafethali, baletha isinkwa ngezimbongolo, ngamakameli, ngeminyuzi, nangezinkabi. Baletha ukudla okusanhlamvu, izigaxa zamakhiwane, izigaxa zamareyizini, iwayini namafutha, izinkabi nezimvu eziningi, ngokuba kwakunokuthokoza okukhulu kwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |