Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 12:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Esiqingatheni sesizwe sakwaManase yizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili, ababizwa ngamagama ukuba zize zibeke uDavide inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kuyo inxenye yesizwe sakwaManase yizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili, ezabizwa ngamagama ukuba zize zimbeke uDavide inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Engxenyeni yesizwana sakwaManase kwakuyizi-18 000 ezazibizwe ngamagama ukuba zifike zizobeka uDavide, abe yinkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 12:31
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kubantwana bakwa-Efrayimi yizinkulungwane ezingamashumi amabili namakhulu ayisishiyagalombili, amaqhawe anamandla, abadumileyo ezindlini zawoyise.


Kubantwana bakwa-Isakare, ababekwazi ukuqonda izikhathi, ukwazi okufanele u-Israyeli akwenze; amakhanda abo ayengamakhulu amabili; bonke abafowabo balandela umyalo wabo.


Udumo lwakhe lunjengezibulo lenkunzi yakhe, nezimpondo zakhe zinjengezimpondo zenyathi; ngalokho Uyodudula abantu ndawonye kuze kube semikhawulweni yomhlaba; futhi bayizinkulungwane eziyishumi zakwa-Efrayimi, futhi bayizinkulungwane zakwaManase.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ