Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 12:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Abantwana bakwaJuda abaphatha isihlangu nomkhonto babeyizinkulungwane eziyisithupha namakhulu ayisishiyagalombili, behlomele impi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Abantwana bakwaJuda ababephethe izihlangu nemikhonto babeyizinkulungwane eziyisithupha namakhulu ayisishiyagalombili, behlomele ukulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Kwabozalo lukaJuda ababephethe izihlangu nemikhonto, behlomele ukulwa babeyizi-6 800.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 12:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.


Zonke izizwe zakwa-Israyeli zafika kuDavide eHebroni, zakhuluma zathi: “Bheka, siyithambo lakho nenyama yakho.


Wonke u-Israyeli wabuthana kuDavide eHebroni, wathi: “Bheka, siyithambo lakho nenyama yakho.


Laba babe yizinhloko zamaqhawe uDavide ayenazo, aziqinisa naye embusweni wakhe kanye no-Israyeli wonke ukumbeka inkosi njengezwi likaJehova ngo-Israyeli.


Lezi ziyizinombolo zamaviyo ayehlomele impi eza kuDavide eHebroni ukuze abuyisele ubukhosi bukaSawule kuye njengezwi likaJehova.


Kubantwana bakwaSimeyoni, amaqhawe anamandla empi, izinkulungwane eziyisikhombisa nekhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ