1 iziKronike 12:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Umoya wehlela phezu kuka-Amasayi owayeyinduna yezinduna, wathi: “Singakuwe, Davide, singakuwe, ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula kube kuwe, nokuthula kubasizi bakho; ngoba uNkulunkulu wakho uyakusiza. UDavide wabamukela, wabenza abaholi beviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi owayeyinhloko yabangamashumi amathathu, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho uyakusiza.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi, owayeyinhloko yabangama-30, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho ukusizile.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Esesukile lapho, wathungela uJonadaba indodana kaRekabi owafika ukumhlangabeza; wambingelela, wathi kuye: Inhliziyo yakho ilungile yini, njengoba inhliziyo yami injalo enhliziyweni yakho? UJonadaba waphendula wathi: “Kunjalo.” Uma kunjalo, nginike isandla sakho. Wamnika isandla sakhe; wamyisa kuye enqoleni.