Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 11:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wakha umuzi nxazonke kusukela eMilo nxazonke, uJowabe walungisa okuseleyo komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wakha umuzi nxazonke kusukela eMilo kuya nxazonke; uJowabe wavusa okuseleyo komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Wakha umuzi, wayizungeza kusuka eMilo kuya kuzo zonke izindawo. UJowabe wavusa okwakusasele komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 11:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yilesi isizathu sokuba aphakamisele isandla sakhe enkosini: USolomoni wakha iMilo, walungisa izimfa zomuzi kaDavide uyise.


Lesi yisizathu sesibopho inkosi uSolomoni eyasisusayo; ukwakha indlu kaJehova nendlu yakhe neMilo nogange lwaseJerusalema neHazori neMegido neGezeri.


Izinceku zakhe zasukuma zenza ugobe, zambulala uJowashi endlini yaseMilo ehlela eSila.


UDavide wahlala enqabeni; ngalokho bawubiza ngokuthi umuzi kaDavide.


UDavide waqhubeka eba mkhulu ngokuba mkhulu, ngokuba uJehova Sebawoti wayenaye.


Wasekhuluma phambi kwabafowabo lebutho lebutho leSamariya wathi: Enzani lamaJuda abuthakathaka? bazoziqinisa na? bazahlabela yini? zizophela ngosuku? bayowavusa amatshe ezinqwabeni zemfucumfucu eshile na?


Kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, udle abaseShekemi nendlu yaseMilo; makuphume umlilo kubemi bakwaShekem nasendlini yeMilo, udle u-Abimeleki.


Base bebuthana bonke abantu baseShekemi nendlu yonke yeMilo, bahamba bambeka u-Abimeleki inkosi ngase-okini letshe lesikhumbuzo elaliseShekemi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ