Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wonke u-Israyeli wabuthana kuDavide eHebroni, wathi: “Bheka, siyithambo lakho nenyama yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wonke u-Israyeli wabuthana kuDavide, wathi: “Bheka, thina siyithambo lakho nenyama yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 U-Israyeli wonke wabuthana kuDavide eHebhroni, wathi: “Thina phela siyithambo lakho nenyama yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 11:1
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULabani wathi kuye: “Ngempela, uyithambo lami nenyama yami.” Wahlala naye inyanga yonke.


U-Abisalomu wathuma izinhloli ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba athi: “Nxa nizwa ukukhala kwecilongo, anothi: ‘U-Abisalomu uyinkosi eHebroni.


Ngemva kwalokho uDavida wabuza kuJehova wathi: “Ngingenyukele yini komunye wemizi yakoJuda? INkosi yasisithi kuye: Vuka. UDavide wathi: “Ngikhuphukele ngaphi na? Wathi: “EHebroni!”


Izinsuku uDavide abusa ngazo phezu kuka-Israyeli zaziyiminyaka engamashumi amane: iminyaka eyisikhombisa wabusa eHebroni, futhi iminyaka engamashumi amathathu nantathu wabusa eJerusalema.


Bakhuphukela eningizimu, bafika eHebroni; lapho kwakukhona o-Ahimani, noSheshayi, noTalimayi, amadodana ka-Anaki. (IHebroni lakhiwa iminyaka eyisikhombisa ngaphambi kweSowani laseGibithe.)


Ngokuba singamalungu omzimba wakhe, awenyama yakhe, singamathambo akhe.


Kumelwe ummise abe yinkosi phezu kwakho kukho konke uJehova uNkulunkulu wakho ayakumkhetha; omunye wabafowenu kumelwe umise inkosi phezu kwakho; awuyikumisa phezu kwakho umfokazi ongesiye umfowenu.


Ngakho khulumani ezindlebeni zabo bonke abantu beShekema ukuthi: Yikuphi okungcono kini, ukuthi wonke amadodana kaJerubhali, angamashumi ayisithupha, anibuse, noma yilowo abuse phezu kwenu, na? futhi khumbulani ukuthi mina ngiyithambo lenu nenyama yenu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ