Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 10:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi ngangomuso lapho amaFilisti efika ukuphanga ababuleweyo, afumana uSawule namadodana akhe bewile entabeni yaseGilibowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi ngangomuso, lapho amaFilisti efika ukuphanga ababuleweyo, afumana uSawule namadodana akhe bewile entabeni yaseGilibowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Kwathi ngakusasa amaFilisti afika ezophanga ababuleweyo, amthola uSawule namadodana akhe befile entabeni iGilibhowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 10:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bethi: “Lokhu kuyigazi; amakhosi abulewe impela, anqobile wodwa; manje-ke, Mowabi, ukuphanga.


Lapho bonke abantu bakwa-Israyeli ababesesigodini bebona ukuthi babalekile nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi yabo, babaleka; afika amaFilisti, ahlala khona.


Ngemva kokumhlubula, athatha ikhanda lakhe nezikhali zakhe, akuthumela ezweni lamaFilisti nxazonke ukuze kubikele izithombe zawo nakubantu.


Lapho uJehoshafati nabantu bakhe befika ukuzothatha impango kubo, bathola phakathi kwabo ingcebo eningi kanye nezidumbu nezinto eziyigugu abazithathela zona, babengenakumuka nabo; baba yizinsuku ezintathu bebutha impango, yayiningi kakhulu.


Kwathi ngangomuso lapho amaFilisti efika ukuphanga ababuleweyo, afumana uSawule namadodana akhe omathathu bewile entabeni yaseGilibowa.


Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ