1 iziKronike 10:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Wafa-ke uSawule ngenxa yesiphambeko sakhe asenza ngaso kuJehova, ephambene nezwi likaJehova angaligcinanga, nangokuba wacela iseluleko kumuntu onomoya owaziwayo ukuba ambuze; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Wafa kanjalo-ke uSawule ngesiphambeko sakhe aphambuka ngaso kuJehova ngenxa yezwi likaJehova angaligcinanga nangokuba kade eyile ukubhula konedlozi ukuba abuze kuye, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 USawule wakhothama kanjalo-ke, ngenxa yesiphambeko sakhe asenza kuSimakade, akaze aligcina izwi likaSimakade, nangokuba aya kobhula konedlozi, wabuza kuye, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |