Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 AmaFilisti alwa no-Israyeli; amadoda akwa-Israyeli abaleka phambi kwamaFilisti, awa ebulewe ezintabeni zaseGilibowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 AmaFilisti alwa no-Israyeli; abantu bakwa-Israyeli babaleka phambi kwamaFilisti, bawa begwaziwe entabeni yaseGilibowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 AmaFilisti alwa no-Israyeli. Abantu bakwa-Israyeli babaleka bexoshwa ngamaFilisti, abanye bawa begwaziwe entabeni iGilibhowa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 10:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zintaba zaseGilibowa, makungabikho mazolo, kungabikho mvula phezu kwenu, namasimu emihlatshelo; ngoba kukhona isihlangu samaqhawe, isihlangu sikaSawuli esilahlwe lapho kungathi kagcotshiweyo amafutha.


Ijaha elamtshela lathi: “Ngathi ngifika entabeni yaseGilibowa, bheka, uSawule wayeme ngomkhonto wakhe; bheka, izinqola nabamahhashi bamxosha kanzima.


UDavide wahamba wawathatha amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe kubantu baseJabeshi eGileyadi, ababewebile esigcawini saseBeti Shani, lapho amaFilisti ayebalengise khona, lapho amaFilisti enqoba uSawule eGilibowa.


Kwathi ngangomuso lapho amaFilisti efika ukuphanga ababuleweyo, afumana uSawule namadodana akhe bewile entabeni yaseGilibowa.


U-Aseli wayenamadodana ayisithupha, amagama awo la: ngo-Azirikamu, noBhokeru, no-Ishmayeli, noShehariya, no-Obhadiya, noHanani; labo babe ngamadodana ka-Aseli.


Ngalezo zinsuku amaFilisti abutha amabutho awo ukuba alwe no-Israyeli. Wayesethi u-Agi kuDavide: “Yazi impela ukuthi uyakuphuma nami ukuya empini, wena nabantu bakho;


AmaFilisti abuthana, eza amisa inkamba eShunemi; uSawule wabutha wonke u-Israyeli, wamisa eGilibowa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ