Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 1:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Amadodana kaKetura, isancinza sika-Abrahama: wazala uZimran, noJokishani, noMedani, noMidiyani, no-Ishibhaki, noShuwagi. Amadodana kaJokishani ngu uSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Amadodana kaKetura, isancinza sika-Abrahama: wazala oZimrani, noJokishani, noMedani, noMidiyani, no-Ishibaki, noShuwa. Amadodana kaJokishani: ngoSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Amadodana kaKhethura, isancinza sika-Abhrahama: uZimrani, uJokishani, uMedani, uMidiyani, u-Ishibhaki, uShuwa. Amadodana kaJokishani: uSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 1:32
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Indlovukazi yaseSheba isizwile umbiko kaSolomoni ngeGama likaJehova, yeza ukumvivinya ngemibuzo enzima.


noJethuri, noNafisi, noKedema. Lawa angamadodana ka-Ishmayeli.


Amadodana kaMidiyani ngu u-Efa no-Eferi no-Enoke no-Abida no-Elidaha. Bonke bangamadodana kaKetura.


Amabutho aseThema abukele, amaviyo aseSheba ewalindile.


Amakhosi aseTharishishi naweziqhingi kumelwe alethe izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayonikela ngezipho.


Uyakuphila, anikwe igolide laseSheba; futhi zonke izinsuku Uyodunyiswa.


Isiprofetho nge-Arabiya. Ehlathini lase-Arabiya kumelwe nilale ubusuku, nina bahambi baseDedanimi.


Ubuningi bamakamela buyakukusibekela, amakamela akwaMidiyani nase-Efa; lonke iSheba liyofika; igolide nempepho bayoletha; futhi bayoshumayela izindumiso zikaJehova.


iDedani, neThema, nebhasi, nabo bonke abasemakhoneni akude;


Balekani, niphenduke, nihlale ekujuleni, nina bakhileyo eDedani. Ngokuba ngiyakwehlisela phezu kwakhe inhlekelele ka-Esawu ngesikhathi sokumhambela kwami.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngiyakwelulela isandla sami phezu kuka-Edomi, nginqume kulo abantu nezilwane; ngiyakuyenza ihlane laseThemani; nabaseDedani bayakuwa ngenkemba.


IDedani lalingumthengisi wakho ngezingubo eziyigugu zezinqola.


Bheka, kwafika omunye wabantwana bakwa-Israyeli, waletha owesifazane wakwaMidiyani kubafowabo emehlweni kaMose nasemehlweni enhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli, ababekhala phambi komnyango wetende lika-Israyeli ibandla.


Phindiselani abantwana bakwa-Israyeli kumaMidiyani; emva kwalokho uyobuthelwa kubantu bakini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ