Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 1:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 no-Ofiri noHavila noJobabi. Bonke babengamadodana kaJokithani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 no-Ofiri, noHavila, noJobabi; bonke labo babe ngamadodana kaJokothane;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 u-Ofiri, uHavila, uJobhabhi; bonke laba babengamadodana kaJokothane;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 1:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

no-Ofiri noHavila noJobabi; bonke babengamadodana kaJokitani.


Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;


Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.


Iviyo likaHiramu, elaletha igolide livela e-Ofiri, laletha kuvela e-Ofiri izihlahla zom-alimondi eziningi namatshe ayigugu.


Bafika e-Ofiri, balanda khona igolide, amathalenta angamakhulu amane namashumi amabili, baliletha enkosini uSolomoni.


amatalenta ayizinkulungwane ezintathu egolide egolide lase-Ofiri, namatalenta ayizinkulungwane eziyisikhombisa esiliva elicwengekileyo lokusibekela izindonga zezindlu;


Khona-ke kumelwe ulahle igolide njengothuli negolide lase-Ofiri njengamatshe emithombo.


Amadodakazi enkosi ayephakathi kwabesifazane bakho abahloniphekile; Indlovukazi imi ngakwesokunene sakho, igqoke igolide laseOfiri.


Ngiyakwenza umuntu abe yigugu kunegolide elihle; yebo, umuntu enjengesigaxa segolide saseOfiri.


USawule wawachitha ama-Amaleki kusukela eHavila kuze kufike eShuri elingaphambi kwaseGibhithe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ