Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa, igama lomfowabo lalinguJokitani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 U-Ebere wazala amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege,* ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo lalinguJokothane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 U-Ebhere wazala amadodana amabili: igama lenye kwakunguPhelege, ngokuba emihleni yayo izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo kwakunguJokothane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 1:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Naye uShemi, uyise wabo bonke abantwana bakwaHebhere, umfowabo kaJafete, izibulo, wazalelwa abantwana.


UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe umhlaba wahlukaniswa; igama lomfowabo lalinguJoketan.


UArpakishadi wazala uShela, uShela wazala uHebhere.


UJokithani wazala o-Alemodadi, noSelefi, noHasaremaweti, noJeraki;


Imikhumbi iyakuvela ogwini lwaseKitimi, icindezele i-Asiriya, icindezele uHebhere, naye abhubhe kuze kube phakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ