1 U-Adamu, uSeti, u-Enoshe,
1 O-Adamu, noSeti, no-Enoshe,
1 U-Adamu, uSethi, u-Enoshe,
Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.
U-Adamu wabuye wamazi umkakhe; wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uSeti. Ngokuba uNkulunkulu, wathi, ungimisele enye inzalo esikhundleni sika-Abela owabulala uKhayini.
Le yincwadi yezizukulwane zika-Adamu. Mhla uNkulunkulu edala umuntu, wamenza ngomfanekiso kaNkulunkulu;
Zonke izinsuku zokuhamba kuka-Adamu zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amathathu, wayesefa.
uKhenani, uMahalaleli, uJarede,
Owayeyindodana kaKhayinan, indodana ka-Arpakishadi, indodana kaSemi, indodana kaNowa, indodana kaLameka,
Owayeyindodana ka-Enoshe, owayeyindodana kaSeti, owayeyindodana ka-Adamu, owayeyindodana kaNkulunkulu.