Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 8:13 - Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wabashiya, wabuye wangena emkhunjini, waya ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wabashiya, wabuye wangena emkhunjini, wamuka, waya ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Wabashiya, wangena futhi esikebheni, walibangisa ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wabashiya, wabuye wangena emkhunjini, waya ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 8:13
15 Referans Kwoze  

Kwathi bemphikisa, behlambalaza, wathintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu; Mina ngihlanzekile: kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.


Nisenokukhanya kholwani ngukukhanya, ukuze nibe ngabantwana bokukhanya. UJesu wakhuluma lokho, wamuka, wacasha kubo.


Khona uJesu wabuye wathi kubo: “Ngiyahamba, niyakungifuna, nifele ezonweni zenu;


Isixuku sonke sesifunda samaGadara samncenga ukuba amuke kubo; ngoba babebanjwe ngukwesaba okukhulu; wasekhwela emkhunjini, wabuya.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Wabubula kakhulu emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.


Kepha abafundi babekhohliwe ukuphatha izinkwa;


Sangena emkhunjini wase-Adramitiyu, owawusizodabula ezindaweni zase-Asiya, sasuka; kwakukhona u-Aristarku umMakedoniya waseThesalonika enathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite