Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:26 - Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Owesifazane wayengumGreki, engumSirofenike ngokuzalwa; wamncenga ukuba akhiphe idemoni endodakazini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kepha owesifazane lo wayengumGreki engumSirofenike ngokuzalwa, wamnxusa ukuba akhiphe idemoni endodakazini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Kepha lo wesifazane wayengumGriki owayezalelwe eSirofenike, wamnxusa uJesu ukuba akhiphe idimoni endodakazini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Owesifazane wayengumGreki, engumSirofenike ngokuzalwa; wamncenga ukuba akhiphe idemoni endodakazini yakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:26
7 Referans Kwoze  

Bheka, kwavela kuleyo mikhawulo owesifazane waseKhanani, wakhala kuye, wathi: “Ngihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide; Indodakazi yami ikhwelwe kabi yidemoni.


lapho kungekho khona umGreki nomJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe, umSkithe, isigqila noma okhululekile, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.


Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.


Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.


Ngoba owesifazana othile, ondodakazi yakhe encane inomoya ongcolileyo, yezwa ngaye, weza wawela enyaweni zakhe.


Kepha uJesu wathi kuye: “Vuma abantwana kuqala, ngokuba akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite