Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Wasuka lapho, waya emikhawulweni yaseTire neSidoni, wangena endlini, ethanda ukuba kungaziwa muntu, kepha akakwazanga ukucasha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wayesemuka lapho, waya emikhawulweni yaseTire. Wangena endlini, akathanda ukwaziwa muntu, kodwa wayengenakufihlakala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 UJesu wasuka lapho, waya ezifundeni eThire. Wangena endlini, nokho wayengathandi ukuba kube khona owaziyo ngalokho, kodwa akwenzakalanga ukuba akwazi ukuzifihla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Wasuka lapho, waya emikhawulweni yaseTire neSidoni, wangena endlini, ethanda ukuba kungaziwa muntu, kepha akakwazanga ukucasha.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:24
19 Referans Kwoze  

Maye kuwe Korazini! maye kuwe, Betsayida! ngokuba uma yayenziwe eTire naseSidoni imisebenzi yamandla eyenziwe kini, ngabe kade baphenduka bembethe amasaka nangomlotha.


Ngokunjalo nemisebenzi emihle isobala ngaphambili; lalezo ezingenjalo azinakufihlwa.


Esengene endlini, izimpumputhe zeza kuye; uJesu wathi kuzo: “Niyakholwa ukuthi ngingakwenza lokhu na? Basebesithi kuye: Yebo, Nkosi.


Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.


Zonke lezi zinto ezimbi ziphuma ngaphakathi, zimngcolise umuntu.


Ngoba owesifazana othile, ondodakazi yakhe encane inomoya ongcolileyo, yezwa ngaye, weza wawela enyaweni zakhe.


Wayesemuka futhi emikhawulweni yaseTire naseSidoni, weza olwandle lwaseGalile edabula phakathi kwezifunda zaseDekapholi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite